Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 26:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kwafika kuye owesifazane ephethe umfuma wealabhaste wamafutha anenani elikhulu, wawathela ekhanda lakhe ehlezi ekudleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 kwafika kuye owesifazane ephethe umfuma we-alabaste* wamafutha anenani elikhulu, wawathela ekhanda lakhe ehlezi ekudleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 kwafika kuye owesifazane ephethe umfuma esitsheni se-alabhaste, owawungowenani elikhulu; wawuthela ekhanda likaJesu owayehleli esidlweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Kwafika kuye owesifazane ephethe umfuma wealabhaste wamafutha anenani elikhulu, wawathela ekhanda lakhe ehlezi ekudleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 26:7
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umprofethi u-Elisha wayesebiza omunye wabantwana babaprofethi, wathi kuye: “Bopha ukhalo lwakho, uthathe leli bhokisi lamafutha esandleni sakho, uye eRamoti kwaGileyadi.


Kunjengamafutha aligugu asekhanda, ehlela esilevini, yebo, ezilevini zika-Aroni;


Izimpukane ezifileyo zenza amafutha omgcobo akhiphe iphunga elibi; kanjalo nobuwula obuncane kowaziwa ngokuhlakanipha nodumo.


Izingubo zenu mazibe mhlophe njalo; ikhanda lakho lingasweli amafutha.


Ngenxa yephunga elimnandi lamafutha akho, igama lakho linjengamafutha athululwayo; ngalokho izintombi ziyakuthanda.


Waya enkosini uphethe amafutha, wandisa iphunga lakho, wathumela kude izithunywa zakho, wazithoba endaweni yabafileyo.


Kodwa abafundi bakhe bekubona bathukuthela, besithi: Ngani lokhu kuchithwa?


Kwathi eseBethaniya endlini kaSimoni onochoko, ehlezi ekudleni, kwafika owesifazane ephethe umfuma we-alabaste wamafutha enadi lodwa elinenani elikhulu; wahlephula umfuma, wamthela ngawo ekhanda.


Ikhanda lami awuligcobanga ngamafutha, kepha lona wesifazane ugcobe izinyawo zami ngamafutha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ