Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 26:49 - Contemporary Zulu Bible 2024

49 Wahle waya kuJesu, wathi: Sawubona, Rabi! wamanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Wafika masinyane kuJesu, wathi: “E Rabi!” Wamanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

49 Wayeseya kuJesu ngokushesha, wathi: “Rabi!” Wamanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

49 Wahle waya kuJesu, wathi: Sawubona, Rabi! wamanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 26:49
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyise u-Isaka wayesethi kuye: “Sondela manje, ungange, ndodana yami.”


UJowabe wasesithi kuAmasa: Uyaphila, mfowethu? UJowabe wabamba u-Amasa ngentshebe ngesandla sokunene ukuze amange.


Athembekile amanxeba omngane; kepha ukwanga kwesitha kuyinkohliso.


nokubingelelwa ezigcawini, nokubizwa ngabantu ngokuthi Rabi, Rabi.


Kepha nina maningabizwa ngokuthi Rabi, ngokuba munye uMfundisi wenu, uKristu; lani lonke lingabazalwane.


Wasephendula uJudasi owamnikelayo, wathi: Nkosi, kambe? Wathi kuye: “Wena ushilo.”


Kepha omkhaphelayo wayebanike isibonakaliso, ethi: “Lowo engiyakumanga, nguye;


Basebeqala ukumbingelela besithi: Bayede, Nkosi yabaJuda!


Awunganganga, kepha lona wesifazane, selokhu ngingenile, akayekanga ukwanga izinyawo zami.


Athi: Bayede, Nkosi yabaJuda! bamshaya ngezandla.


Kusenjalo abafundi bakhe bamncenga, besithi: Rabi, yidla.


USamuweli wayesethatha isitsha samafutha, wawathela ekhanda lakhe, wamanga, wathi: “Kungokuba uJehova ekugcobile ukuba ube ngumbusi wefa lakhe na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ