Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 23:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ngakho niyazifakazela nina ukuthi ningamadodana ababulala abaprofethi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kanjalo niyazifakazela nina ukuthi ningamadodana ababulala abaprofethi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Ngakho-ke nizifakazela nina ukuthi ningamadodana alabo ababulala abaphrofethi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Ngakho niyazifakazela nina ukuthi ningamadodana ababulala abaprofethi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 23:31
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bazayekela olwabo ulimi luwele phezu kwabo; bonke abababonayo bazabaleka.


Ngenxa yezono zabaprofethi balo nobubi babapristi balo abachitha igazi labalungileyo phakathi kwalo;


nithi: Uma sasikhona emihleni yawobaba, sasingayikuhlanganyela nabo egazini labaprofethi.


Ngakho-ke, bhekani, mina ngithumela kini abaprofethi, nabahlakaniphileyo, nababhali; abanye kubo niyakubashaya emasinagogeni enu, nibazingele imizi ngemizi;


Jerusalema, Jerusalema, wena obulala abaprofethi, okhanda ngamatshe abathunywe kuwe, kukangaki ngithanda ukubuthela ndawonye abantwana bakho, njengesikhukhukazi sibuthela amatshwele aso ngaphansi kwamaphiko aso, kodwa anivumanga!


Wathi kuyo: “Ngizakwahlulela ngokuphuma emlonyeni wakho, nceku embi. Ubuwazi ukuthi ngingumuntu olukhuni, othabatha engingakubekanga, avune engingakuhlwanyelanga;


UJoshuwa wathi kubantu: “Nina ningofakazi ngokumelene nani ukuthi nizikhethele uJehova ukuba nimkhonze. Futhi bathi: “Singofakazi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ