Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 21:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi sebesondele eJerusalema, sebefikile eBetfage, entabeni yeMihlwathi, uJesu wathuma abafundi ababili,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ukuba basondele eJerusalema, sebefikile eBetfage ngaseNtabeni Yeminqumo, uJesu wathuma abafundi ababili,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kwathi sebesondele eJerusalema, sebefike eBhethifage ngaseNtabeni Yeminqumo, uJesu wathuma abafundi ababili,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi sebesondele eJerusalema, sebefikile eBetfage, entabeni yeMihlwathi, uJesu wathuma abafundi ababili,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 21:1
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinyawo zakhe ziyakuma ngalolo suku eNtabeni Yeminqumo ephambi kweJerusalema ngasempumalanga, iNtaba Yeminqumo iqhekeze phakathi, ngasempumalanga nasentshonalanga, kube khona insimu enkulu. Isigodi esikhulu; ingxenye yentaba iyosuka iye enyakatho nengxenye yayo eningizimu.


UJesu waba nesihe ngazo, wathinta amehlo azo; zase zibona masinyane, zamlandela.


Wathi kubo: “Hambani niye emzaneni obhekene nani, nizakufumana masinyane imbongolo ikhulekiwe, nethole linayo;


Esahlezi eNtabeni Yeminqumo, abafundi beza kuye bebodwa, bathi: “Sitshele, kuyakuba nini lokho na? futhi siyakuba yini isibonakaliso sokufika kwakho nesokuphela kwezwe na?


Sebehlabelele igama lokubonga, baphuma baya eNtabeni Yeminqumo.


Esahlezi eNtabeni Yeminqumo malungana nethempeli, oPetru, noJakobe, noJohane, no-Andreya bambuza ngasese.


Sebehlabelele igama lokubonga, baphuma baya eNtabeni Yeminqumo.


Emini wayefundisa ethempelini; ebusuku waphuma wayahlala entabeni ethiwa iNtaba Yeminqumo.


Wasephuma, waya eNtabeni Yeminqumo njengokwejwayela; labafundi bakhe bamlandela.


Base bebuyela eJerusalema bevela entabeni ethiwa Yeminqumo, esuka eJerusalema, ibanga lohambo lwesabatha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ