Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 19:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kodwa uJesu wabakhangela wathi kubo: Kubantu lokhu kakwenzeki; kodwa kuNkulunkulu zonke izinto ziyenzeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Kepha uJesu ebabheka wathi kubo: “Kubantu akunakwenzeka; kepha kuNkulunkulu kungenzeka konke.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Kepha uJesu wababheka, wathi kubo: “Kubantu lokhu akunakwenzeka, kodwa kuNkulunkulu zonke izinto zingenzeka.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Kodwa uJesu wabakhangela wathi kubo: Kubantu lokhu kakwenzeki; kodwa kuNkulunkulu zonke izinto ziyenzeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 19:26
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kukhona okunzima yini eNkosini? Ngesikhathi esimisiwe ngizabuyela kuwe, ngesikhathi sokuphila, njalo uSara uzakuba lendodana.


Impuphu eyayisemgqonyeni ayizange iphele, namafutha ayesezitsheni akazange aphele, njengezwi likaJehova alikhuluma ngenceku ka-Eliya.


Ngiyazi ukuthi ungenza noma yini nokuthi akukho mcabango ongeke uvinjelwe.


Insindiso ingekaJehova; isibusiso sakho masibe phezu kwabantu bakho. Sela.


UNkulunkulu wakhuluma kanye; kabili ngizwile; lawo mandla angakaNkulunkulu.


O Jehova! bheka, wena wenze izulu nomhlaba ngamandla akho amakhulu nangengalo yakho eyeluliweyo; akukho lutho olunzima kuwe.


Bheka, nginguJehova, uNkulunkulu wenyama yonke; kukhona okunzima kimi na?


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Uma kuyisimangaliso emehlweni ensali yalaba bantu ngalezi zinsuku, kuyakumangalisa nasemehlweni ami na? usho uJehova Sebawoti.


INkosi yasisithi kuMozisi: Isandla seNkosi sifitshane yini? manje uzobona ukuthi izwi lami lizakuza kuwe noma qha.


Kwathi sebezwile abafundi bakhe bamangala kakhulu, bathi: Pho kungasindiswa bani?


UPetru waphendula, wathi kuye: “Bheka, thina sishiye konke, sakulandela; siyakufumanani na?


UJesu wababheka wathi: “Kubantu akunakwenzeka, kepha kuNkulunkulu akunjalo, ngokuba kuNkulunkulu zonke izinto zingenzeka.


Ngokuba akukho lutho olungenzeke kuNkulunkulu.


Wathi: Izinto ezingenzekiyo kubantu ziyenzeka kuNkulunkulu.


Uma behlubuka, babuye bavuselelwe ekuphendukeni; njengoba sebezibethela kabusha iNdodana kaNkulunkulu, futhi bayithela ngehlazo obala.


UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ