Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 18:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kodwa njengoba ingenalutho lokukhokha, inkosi yayala ukuba kuthengiswe ngaye, nomkayo, nabantwana, nakho konke anakho, kukhokhwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha ingenalutho lokukhokha, inkosi yayala ukuba kuthengiswe ngayo, nangomkayo, nangabantabayo, nangakho konke enakho, kukhokhwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Kepha engenalutho lokukhokha, inkosi yayala ukuba kuthengiswe ngaye, ngomkakhe, nabantwana bakhe nangakho konke ayenakho, ukuze kukhokhwe isikweletu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kodwa njengoba ingenalutho lokukhokha, inkosi yayala ukuba kuthengiswe ngaye, nomkayo, nabantwana, nakho konke anakho, kukhokhwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 18:25
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwasekusithi owesifazana othile phakathi kwabafazi bamadodana abaprofethi wamemeza kuEliza, wathi: Inceku yakho, indoda yami, ifile; uyazi wena ukuthi inceku yakho yayimesaba uJehova, njalo umtshelekisi weza ukuthathela amadodana ami amabili abe yizigqili zakhe.


Kepha manje inyama yethu injengenyama yabafowethu, nabantwana bethu banjengabantwana babo; bheka, siletha amadodana ethu namadodakazi ethu ebugqilini, namadodakazi ethu asevele enziwe izigqila; futhi akukho emandleni ethu ukubakhulula; ngoba abanye abantu balamasimu ethu lezivini zethu.


Ngasengisithi kubo: Sahlenga ngokwamandla ethu abazalwane bethu abaJuda, ababethengiswe kwabezizwe; futhi ningaze nidayise abafowenu na? noma bazothengiselwa thina? Bathula ke bangathola lutho lokuphendula.


Uma uthenga isigqila esingumHeberu, siyakusebenza iminyaka eyisithupha; kanti kowesikhombisa kumelwe ahambe ngokukhululeka mahhala.


Lapho ilanga liphuma phezu kwakhe, kuyachitheka igazi phezu kwakhe; ngoba kufanele akhiphe isinxephezelo esigcwele; uma lingenalutho, liyakuthengiswa ngenxa yokweba kwalo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Iphi incwadi yesahlukaniso kanyoko, engamala na? Kumbe ngubani kwabakweletayo engithengise kuye? Bhekani, nathengiswa ngobubi benu, nangenxa yeziphambeko zenu unyoko walahlwa.


Uma umfowenu eyakuba mpofu kuwe, azithengise kuwe; awuyikumphoqa ukuba abe yisigqila.


Kwathi eqala ukulandisa, kwalethwa kuye enye eyayinecala lamatalenta ayizinkulungwane eziyishumi.


Kwathi bengenanto yokukhokha, wabathethelela bobabili. Ngitshele-ke, yimuphi kubo oyakumthanda kakhulu na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ