Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 17:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wasondela uJesu, wabathinta, wathi: Sukumani ningesabi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha uJesu wasondela, wabathinta, wathi: “Sukumani, ningesabi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Kepha uJesu wasondela, wabathinta, wathi: “Sukumani, ningesabi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Wasondela uJesu, wabathinta, wathi: Sukumani ningesabi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 17:7
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, kwangithinta isandla, sangimisa emadolweni ami nasezintendeni zezandla zami;


Kwasekusiza futhi, wangithinta njengokubukeka komuntu, wangiqinisa;


Esakhuluma nami, ngase ngilele ubuthongo obunzima, ubuso bami bubheke phansi, kepha wangithinta, wangimisa.


Yebo, ngisakhuluma emkhulekweni, umuntu uGabriyeli engambona embonweni ekuqaleni, wandiza masinyane, wangithinta ngesikhathi somnikelo wakusihlwa.


Kodwa uJesu wakhuluma kubo masinyane, wathi: Manini isibindi; yimina; ningesabi.


Kwathi abafundi bekuzwa, bawa ngobuso, besaba kakhulu.


Sebephakamisa amehlo abo, ababonanga muntu, kuphela uJesu yedwa.


Besaba bekhothamele phansi ngobuso, bathi kubo: “Nifunelani ophilayo kwabafileyo na?


Ethuthumela emangala wathi: “Nkosi, uthanda ukuba ngenzeni na? INkosi yasisithi kuye: Sukuma uye emzini, njalo uzatshelwa ofanele ukwenze.


Kwathi ngimbona, ngawa ngasezinyaweni zakhe njengofileyo. Wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi kimi: “Ungesabi; ngingowokuqala nowokugcina;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ