Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseKolose 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Khonzani kubazalwane baseLawodikeya, nakuNimfa, nasebandleni elisendlini yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Khonzani kubazalwane abaseLawodikeya, nakuNimfa, nasebandleni lakwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Khonzani kubazalwane baseLawodikheya, nakuNimfa, nebandla elihlanganela endlini yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Khonzani kubazalwane baseLawodikeya, nakuNimfa, nasebandleni elisendlini yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseKolose 4:15
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khonzani ngokunjalo nebandla elisendlini yabo. Khonzani ku-Ephenetu othandiweyo wami, oyizithelo zokuqala ze-Akhaya kuKristu.


Ngokuba ngivulelwe umnyango omkhulu onamandla, nabamelene nami baningi.


Ngokuba ngithanda ukuba nazi ukuthi kungakanani ukulwa enginakho ngenxa yenu, nangenxa yabaseLawodikeya, nabo bonke abangabubonanga ubuso bami enyameni;


Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi unentshiseko enkulu ngani, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi.


Nxa le ncwadi isifundiwe kini, qinisekani ukuba ifundwe nasebandleni laseLawodikeya; nokuthi nani nifunde incwadi evela eLawodikeya.


naku-Apifiya othandekayo, naku-Arkiphu ibutho kanye nathi, nasebandleni elisendlini yakho;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ