Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseGalathiya 4:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngiyanincenga, bazalwane, ukuthi yibani njengami; ngokuba nami nginjengani; aningilimazanga nakanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Yibani njengami, ngokuba nami nginjengani; bazalwane, ngiyanincenga. Aningonanga ngalutho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Ngifuzeni, ngokuba nami nginjengani, ngiyanincenga bazalwane. Aningonanga ngalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Ngiyanincenga, bazalwane, ukuthi yibani njengami; ngokuba nami nginjengani; aningilimazanga nakanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseGalathiya 4:12
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa kulokhu sizavumelana lani: Uba lithanda ukuba njengathi, ukuthi bonke abesilisa phakathi kwenu basokwe;


Wathi kuJehoshafati: “Uyakuhamba nami ukulwa nami eRamoti kwaGileyadi na?” UJehoshafati wasesithi enkosini yakoIsrayeli: Mina nginjengawe, abantu bami banjengabantu bakho, lamabhiza ami anjengamabhiza akho.


Sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi bangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.


Kepha uma ekhona odabukisile, akadabukisanga mina, kodwa nganxanye, ukuze nginganiqiqi nonke.


Nina baseKorinte, umlomo wethu uvulekele kini, inhliziyo yethu yenziwe banzi.


Ngakho-ke kube yimbuyiselo (ngikhuluma njengakubantwana bami), yandiswani nani.


Kodwa kuthe ngibona ukuthi kabahambanga ngokuqondileyo njengokweqiniso levangeli, ngathi kuPetro phambi kwabo bonke: Uba wena ongumJuda uphila ngendlela yabezizwe, hatshi eyamaJuda, ubacindezela ngani abaJuda? AbeZizwe ukuba baphile njengamaJuda?


Niyazi ukuthi ngobuthakathaka benyama ngashumayela ivangeli kini ekuqaleni.


Kepha mangingazibonga mina, kuphela ngesiphambano seNkosi yethu uJesu Kristu, okubethelwe ngaye izwe kimi, nami ezweni.


Bazalwane, umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nomoya wenu. Amen. (KwabaseGalathiya kulotshiwe eRoma.)


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ