Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseGalathiya 4:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kepha ngithi indlalifa iseyingane, kayahlukanga ngalutho encekwini, nakuba iyinkosi yakho konke;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kepha ngithi ngesikhathi indlalifa iseyingane, kayahlukile ngalutho encekwini, ingani iyinkosi yakho konke;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Manje ngithi, ngesikhathi indlalifa iseyingane, ayehlukile neze esigqileni nanxa iyinkosi yakho konke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kepha ngithi indlalifa iseyingane, kayahlukanga ngalutho encekwini, nakuba iyinkosi yakho konke;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseGalathiya 4:1
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayikhipha indodana yenkosi, wayifaka umqhele, wayinika ubufakazi; bambeka inkosi, bamgcoba; futhi bashaya izandla bathi: UNkulunkulu makasindise inkosi!


UJowashi wenza okulungile emehlweni kaJehova zonke izinsuku zakhe uJehoyada umpristi amfundisa ngazo.


Uma ningabakaKristu, niyinzalo ka-Abrahama, niyizindlalifa ngokwesithembiso.


kodwa iphansi kwabaphathi nababusi kuze kufike isikhathi esamiswa nguyise.


Kepha owesigqilakazi wazalwa ngokwenyama; kodwa owesifazana okhululekileyo wenziwa ngesithembiso.


Kodwa njengakulesosikhathi owazalwa ngokwenyama wazingela owazalwa ngokoMoya, kunjalo lakhathesi.


Okholwa eNdodaneni kaNkulunkulu unobufakazi phakathi kwakhe; ngoba engakholwanga ubufakazi uNkulunkulu abufakazile ngeNdodana yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ