Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KumaHeberu 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kepha labo abangamadodana kaLevi abemukeliswa ubupristi banomyalo wokuba bathathe okweshumi kubantu ngokomthetho, okungukuthi kubafowabo, noma bephuma okhalweni luka-Abrahama;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Nalabo bamadodana kaLevi abamukeliswa ubupristi banomyalo wokuthatha okweshumi kubantu ngokomthetho, okungukuthi kubafowabo, ingani baphume okhalweni luka-Abrahama;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Nalabo bamadodana kaLevi abamukeliswa ubuphristi, bayaliwe ukuba bathathe okweshumi kubantu ngokomthetho, okusho ukuthi kubafowabo, nakuba nabo bengabokhalo luka-Abhrahama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kepha labo abangamadodana kaLevi abemukeliswa ubupristi banomyalo wokuba bathathe okweshumi kubantu ngokomthetho, okungukuthi kubafowabo, noma bephuma okhalweni luka-Abrahama;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KumaHeberu 7:5
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu wathi kuye: “NginguNkulunkulu, uMninimandla onke; zalani nande; isizwe nesizwe sezizwe kuyakuvela kuwe, namakhosi ayakuphuma okhalweni lwakho;


Yonke imiphefumulo eyafika noJakobe eGibhithe, eyaphuma okhalweni lwakhe, ngaphandle kwabafazi bamadodana kaJakobe, yonke imiphefumulo engamashumi ayisithupha nesithupha;


Kodwa wena akumelwe uyakhe indlu; kepha indodana yakho eyakuphuma okhalweni lwakho yiyona eyakwakhela igama lami indlu.


Ngabona ukuthi amaLevi awanikezwanga izabelo; ngokuba amaLevi nabahlabeleli abenza umsebenzi babaleka, kwaba yilowo nalowo waya ezweni lakubo.


Yonke imiphefumulo eyaphuma okhalweni lukaJakobe yayiyimiphefumulo engamashumi ayisikhombisa, ngoba uJosefa wayeseGibhithe kakade.


“Thatha umfowenu u-Aroni namadodana akhe kanye naye kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bangikhonze esikhundleni sobupristi, o-Aroni, noNadabi, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari, amadodana ka-Aroni.


Ngalokho wena namadodana akho kanye nawe niyakuba ngubupristi kukho konke okwase-altare nangaphakathi kwesihenqo; niyakukhonza; ngininikile ubupristi benu njengesipho; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.


Uma usuqedile konke okweshumi kwenzuzo yakho ngomnyaka wesithathu, ongumnyaka wokweshumi, ukunike umLevi, nomfokazi, nentandane, nomfelokazi, ukuba badle emasangweni akho, badle emasangweni akho kugcwaliswe;


Akakho ozithathela lolu dumo, kuphela obizwe nguNkulunkulu njengo-Aroni.


Ngoba wayesesokhalweni lukayise, mhla uMelkisedeki emhlangabeza.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ