Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KumaHeberu 6:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngokuba abantu bafunga omkhulu kubo, nesifungo sokuqinisekisa singukuphela kwakho konke ukuphikisana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokuba abantu bafunga omkhulu kunabo; kubona isifungo siyaqeda ukuphikisana konke, siqinise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Phela abantu bafunga omkhulu kunabo; kubona isifungo siyakuqeda ukuphikisana konke, siqinise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Ngokuba abantu bafunga omkhulu kubo, nesifungo sokuqinisekisa singukuphela kwakho konke ukuphikisana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KumaHeberu 6:16
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abrama wathi enkosini yaseSodoma: “Ngaphakamisela isandla sami kuJehova, uNkulunkulu oPhezukonke, ongumnikazi wezulu nomhlaba,


Manje funga kimi lapha ngoNkulunkulu ukuthi awuyikungikhohlisa mina nendodana yami nendodana yendodana yami; kodwa ngokomusa engikubonise wona, kumelwe uwenze kimi nakulo izwe ogogobele kulo njengowezizwe.


UNkulunkulu ka-Abrahama noNkulunkulu kaNahori, uNkulunkulu kayise wabo, makahlulele phakathi kwethu. UJakobe wafunga ngokwesaba kukayise u-Isaka.


Inkosi yasibiza abaseGibeyoni, yathi kubo: (AbaseGibeyoni babengesibo abantwana bakwa-Israyeli, kodwa bensali yama-Amori; abantwana bakwa-Israyeli bafunga kubo; uSawule wazama ukubulala ngokushisekela kwakhe. Kubantwana bakwa-Israyeli noJuda.)


Khona-ke kuyakuba khona isifungo seNkosi phakathi kwabo bobabili, ukuthi akenzanga isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakuyithokozisa, angayikhokhi.


Bazalwane, ngikhuluma ngokwabantu; Noma kuyisivumelwano somuntu, nokho siqinisekiswa, akakho ongasichithayo nonganezela kuso.


Ngokuba lapho uNkulunkulu ethembisa u-Abrahama, wazifunga yena, lokhu kungekho omkhulu kunaye angamfunga;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ