Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 7:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kodwa lo siyamazi lapho avela khona;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kodwa lo siyamazi lapho evela khona; kepha uKristu, nxa efika, akakho owazi lapho evela khona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Kepha lo, siyazi ukuthi uvela kuphi, kodwa mhla uKhristu efika, akukho namunye oyokwazi lapho evela khona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Kodwa lo siyamazi lapho avela khona;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 7:27
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kuyakuphuma intonga esizweni sakwaJese, kuhlume ihlumela ezimpandeni zakhe;


Wasuswa etilongweni nasekwahlulelweni; futhi ngubani ongamemezela ubulili bakhe? ngoba waqunywa elizweni labaphilayo; ngenxa yesiphambeko sabantu bami washaywa.


Bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakuvusela uDavide iHlumela elilungileyo, kube yinkosi eyakubusa, ibe nempumelelo, yenze ukwahlulela nokulunga emhlabeni.


Izikhulu zabo ziyophuma kubo, umbusi wabo aphume phakathi kwabo; ngiyakumsondeza, asondele Kimi; kusho uJehova.


Kepha wena, Betlehema Efrata, noma umncane phakathi kwezinkulungwane zakwaJuda, uyakuphuma kuwe eze kimi, oyakuba ngumbusi kwa-Israyeli; okuphuma kwawo kwakusukela endulo, kwaphakade.


Lo akasiye umbazi, indodana kaMariya, nomfowabo kaJakobe, noJose, noJuda, noSimoni? Nodadewabo abakho yini lapha kithi na? Base bekhubeka kuye.


Bonke bafakaza ngaye, bamangala ngamazwi omusa aphuma emlonyeni wakhe. Basebesithi: Lo kayisiyo indodana kaJosefa yini?


Basebesithi: Lo kayisuye uJesu yini indodana kaJosefa, uyise lonina esibaziyo? Asho kanjani-ke ukuthi: Ngehle ezulwini na?


AmaJuda amangala, athi: “Lo wazi kanjani izincwadi engafundanga na?


Siyazi ukuthi uNkulunkulu wakhuluma kuMose;


Ekuthotshisweni kwakhe ukwahlulelwa kwakhe kwasuswa; njalo ngubani ongalandisa ngesizukulwana sakhe? ngoba ukuphila kwakhe kuyasuswa emhlabeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ