Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 11:45 - Contemporary Zulu Bible 2024

45 Ngakho abaningi kubaJuda ababeze kuMariya bebona akwenzileyo uJesu bakholwa nguye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Khona abaningi kubaJuda ababezile kuMariya bebona abekwenzile, bakholwa nguye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

45 Ngakho abaJuda abaningi ababeze kuMariya bebona akwenzileyo, bakholwa kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

45 Ngakho abaningi kubaJuda ababeze kuMariya bebona akwenzileyo uJesu bakholwa nguye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 11:45
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Israyeli wawubona umsebenzi omkhulu uJehova awenza kwabaseGibhithe; abantu base bemesaba uJehova, bakholwa nguJehova nenceku yakhe uMose.


Abaningi beza kuye, bathi: “UJohane akenzanga sibonakaliso, kepha konke uJohane akushoyo ngalo muntu kwakuyiqiniso.


Kwafika abaningi kumaJuda kuMarta noMariya ukuze babaduduze ngomnewabo.


AmaJuda ayenaye endlini emduduza, ebona uMariya esukuma masinyane waphuma, amlandela, ethi: “Uya ethuneni ukuyokhala khona.


Nokho nabaningi bababusi bakholwa kuye; kodwa ngenxa yabaFarisi kabavumanga, hlezi baxotshwe esinagogeni;


Kwathi eseJerusalema ngePhasika emkhosini, abaningi bakholwa egameni lakhe bebona izibonakaliso zakhe azenzayo.


Abaningi esixukwini bakholwa kuye, bathi: “Nxa uKristu esefikile, uyakwenza izibonakaliso eziningi kunalezi azenzileyo lona na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ