Johane 10:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Akakho ongangamuka mina, kodwa mina ngidela ngokwami. Nginamandla okukubeka phansi, nginamandla okubuye ngikuthabathe; lomlayo ngiwamukele kuBaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Akakho ongangamuka ukuphila kwami, kodwa ngikudela ngokwami; nginamandla okukudela, nginamandla okubuye ngikuthabathe. Lo myalo ngiwamukele kuBaba.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 Akekho ongangephuca ukuphila kwami, kodwa ngikudela ngokwami. Nginegunya lokukudela, negunya lokubuye ngikuthathe. Lo myalo ngiwamukele uvela kuBaba.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible18 Akakho ongangamuka mina, kodwa mina ngidela ngokwami. nginamandla okukubeka phansi, nginamandla okubuye ngikuthabathe; lomlayo ngiwamukele kuBaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |