Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 9:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kepha icebo labo laziwa nguSawulu. Babemhlalela nasemasangweni imini nobusuku ukuba bambulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Kepha icebo labo laziwa nguSawula. Babemlindela ngisho nasemasangweni, imini nobusuku, ukuze bambulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 9:24
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba baceba okubi ngawe, baceba icebo elibi abangenakulenza.


Ungalindi ikhaya labalungileyo, wena mubi; indawo yakhe yokuphumula ayichithwanga;


ngikhonza iNkosi ngakho konke ukuthobeka kwengqondo, langezinyembezi ezinengi, lezilingo, engangehlelayo ngokuqamekela abaJuda;


Wahlala khona izinyanga ezintathu. Kwathi sebemlalele amaJuda esezasuka aye eSiriya ngomkhumbi, wazimisela ukubuya adabule eMakedoniya.


Kwathi sengitsheliwe ukuthi abaJuda babeqamekele lowo muntu, ngathumela kuwe masinyane, ngase ngibayala abammangalelayo ukuba bakhulume phambi kwakho ngalokho abanawo ngakuyo. Ukuvalelisa.


Ngokuba uma ngingonile, noma ngenze utho olufanele ukufa, angifuni ukufa; ngidlulisela icala kuKesari.


Bacela umusa ngaye ukuba ambize eJerusalema, beqamekele ukuba bambulale endleleni.


Khona abafundi bamthatha ebusuku, bamehlisa ngogange ngeqoma.


EDamaseku umbusi wenkosi u-Aretha wayelinda umuzi wamaDamaseku efuna ukungibamba;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ