Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 27:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wasesithi kubo: Madoda, ngiyabona ukuthi loluhambo luzakuba lokulimala lomonakalo omkhulu, kungeyisiwo owempahla lomkhumbi kuphela, kodwa lempilo yethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 wathi kubo: “Madoda, ngiyabona ukuthi lolu hambo luzakuba nengozi nokuchithakala okukhulu, kungabi ngokwempahla nokomkhumbi kuphela kepha nokokuphila kwethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 wathi kubo: “Madoda, ngiyabona ukuthi lolu hambo luzokuba nobunzima nokulahlekelwa okukhulu, hhayi impahla nje nomkhumbi kuphela, kodwa nempilo yethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Wasesithi kubo: Madoda, ngiyabona ukuthi loluhambo luzakuba lokulimala lomonakalo omkhulu, kungeyisiwo owempahla lomkhumbi kuphela, kodwa lempilo yethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 27:10
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Imfihlo kaJehova ikulabo abamesabayo; futhi uyobazisa isivumelwano sakhe.


Kodwa mina, le mfihlo angembulelwanga ngenxa yokuhlakanipha enginakho kunabo bonke abaphilayo, kodwa ngenxa yalabo abayakwazisa inkosi incazelo, futhi wazi imicabango yenhliziyo yakho.


Ngempela, uJehova akenzi lutho, kodwa uyembulile imfihlo yakhe ezincekwini zakhe, abaprofethi.


Kwathi sesiyibonile iKhupro, sayishiya ngakwesokhohlo, sangena ngomkhumbi eSiriya, sehla eTire, ngokuba umkhumbi wawuzakwethula khona umthwalo wawo.


UPawuli wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: Uma laba bengahlali emkhunjini, aninakusindiswa.


Ngakho ngiyanincenga ukuba nidle, ngokuba lokhu kungenxa yempilo yenu, ngokuba akuyikuwa nalunwele lwekhanda lomunye wenu.


Uma olungileyo esindiswa kalukhuni, ongamesabi uNkulunkulu nesoni uyakuvelaphi na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ