Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 25:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Esefikile, abaJuda abehla bevela eJerusalema bama bemhaqa, bamangalela uPawulu izimangalo eziningi ezimbi, abangenakuzifakazela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Esefikile yena, abaJuda ababehlile eJerusalema bema bemhaqile, bembeka amacala amaningi anzima, abangenakuwaqinisa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Esefikile, abaJuda ababehle bevela eJerusalema bema bemngungile, bambeka uxhaxha lwamacala anzima abangenabufakazi bawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Esefikile, abaJuda abehla bevela eJerusalema bama bemhaqa, bamangalela uPawulu izimangalo eziningi ezimbi, abangenakuzifakazela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 25:7
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukuze liphenywe egwalweni lwemilando yawoyihlo; ngalokho nizakufumana encwadini yezindaba zemihla ngemihla, nazi ukuthi lo muzi ungumuzi ohlubukayo noyingozi emakhosini nasezifundeni, nokuthi babhebhethekisa ukuhlubuka phakathi kwawo. Okufanayo kwasendulo: kungani lo muzi wachithwa.


UHamani wayesethi enkosini u-Ahashiveroshi: “Kukhona abantu abathile abahlakazekile, abahlakazekile phakathi kwabantu ezifundeni zonke zombuso wakho; nemithetho yabo ihlukile kubantu bonke; futhi abayigcini imithetho yenkosi; ngakho akusizi inkosi ukuyithwala.


Unganginikeli entandweni yezitha zami, ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabantu abaphefumula unya.


Kwavela ofakazi bamanga; bangibekela izinto engingazazi.


Kwasekufika kuJesu ababhali nabaFarisi ababevela eJerusalema, bathi:


Abapristi abakhulu nababhali babemi bemmangalela kakhulu.


Base beqala ukumthwesa icala, besithi: Simfumene lo edukisa isizwe, enqabela ukuthela kuKesari, esithi yena unguKristu iNkosi.


ememeza esithi: Madoda akwaIsrayeli, sizani! Lona nguye umuntu ofundisa bonke ezindaweni zonke okuphambene nabantu, nomthetho, nalendawo, futhi engenisa namaGreki ethempelini, wayingcolisa le ndawo engcwele.


Futhi abanakufakazela lokho abangimangalela ngakho manje.


UFestu wathi: “Nkosi Agripha, nani nonke madoda enikhona lapha kanye nathi, niyayibona le ndoda lonke uquqaba lwabaJuda eyenze kimina ngaye, eJerusalema nalapha, imemeza ngokuthi akufanele aphile futhi.


besenqabela ukuthi sikhulume kwabezizwe ukuze basindiswe, bagcwalise izono zabo njalonjalo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ