Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 24:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa induna yenkulungwane uLisiya yasihlasela, yamsusa esandleni sethu ngendluzula enkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha kwafika uLisiya induna yenkulungwane, wamthatha ngendluzula enkulu ezandleni zethu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Kepha kwafika uLisiya, induna yenkulungwane, wayithatha ngendluzula enkulu ezandleni zethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Kodwa induna yenkulungwane uLisiya yasihlasela, yamsusa esandleni sethu ngendluzula enkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 24:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba abalali bengakenzi okubi; nobuthongo babo buyasuswa, uma bengawisanga.


Kwathi besafuna ukumbulala, kwafika umbiko enduneni yenkulungwane ukuthi lonke iJerusalema liyayaluza.


Esefikile ezitebhisini, wathwalwa ngamasosha ngenxa yobudlova babantu.


Kwathi sekuqubuka ukuphikisana okukhulu, induna yenkulungwane yesaba ukuthi uPawuli ungahle adwetshulwe yibo, yalaya amabutho ukuthi ehle, amthathe phakathi kwabo, amngenise enqabeni.


Yasibizela kuye izinduna zekhulu ezimbili, yathi: “Lungisani amasosha angamakhulu amabili ukuba aye eKesariya, nabamahhashi abangamashumi ayisikhombisa, nababikhonto abangamakhulu amabili, ngehora lesithathu lobusuku;


Owaphinde wazama ukungcolisa ithempeli, esamthatha, besifuna ukumahlulela ngokomthetho wethu.


Walaya abamangaleli bakhe ukuthi beze kuwe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ