Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 23:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi sengitsheliwe ukuthi abaJuda babeqamekele lowo muntu, ngathumela kuwe masinyane, ngase ngibayala abammangalelayo ukuba bakhulume phambi kwakho ngalokho abanawo ngakuyo. Ukuvalelisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Sekudaluliwe kimi ukuthi kukhona icebo ngaleyo ndoda, ngase ngiyithumela kuwe masinyane, ngibayalile nabayimangalelayo ukuba bakhulume ngayo phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Kuthe sekudaluliwe kimi ukuthi kunozungu eboshelwe lona, ngayithumela kuwe ngokushesha, ngabayala nabayimangalelayo ukuba beze kuwe bazokhuluma ngayo phambi kwakho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Kwathi sengitsheliwe ukuthi abaJuda babeqamekele lowo muntu, ngathumela kuwe masinyane, ngase ngibayala abammangalelayo ukuba bakhulume phambi kwakho ngalokho abanawo ngakuyo. Ukuvalelisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 23:30
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukuba nizile okuhlatshelwe izithombe, negazi, nokuqumbeleneyo, nobufebe; uma nizilinda kukho, nenza kahle. Nisale kahle.


Kwathi sekusile, abaJuda benza icebo, bazibopha ngesiqalekiso, bathi abayikudla, bangaphuzi, bengakambulali uPawulu.


Yathi: “AbaJuda bavumelene ukukucela ukuba wehlisele uPawuli emphakathini kusasa, kungathi bafuna ukuhlolisisa kahle okunye ngaye.


Khona amasosha amthatha uPawulu njengokulaywa kwawo, amyisa e-Antipatri ebusuku.


Wathi ngizakuzwa, nxa abamangaleli bakho sebefikile. Wayala ukuba agcinwe endlini yokwahlulela kaHerode.


Ababemelwe ukuba lapha phambi kwakho, bangiphikisa, uma bebenokuthile ngami.


Engabaphendula ngathi: Kakusiwo umkhuba wamaRoma ukunikela umuntu ukuthi afe, omangalelweyo engakahlanganisi abammangalelayo, athole ithuba lokuziphendulela ngecala lakhe.


Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale.


Ekugcineni, bazalwane, salani kahle. Niphelele, niduduzeke, nibe nhliziyonye, nihlale ngokuthula; futhi uNkulunkulu wothando nokuthula uyakuba nani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ