Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 21:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi engavumi ukuvunyiswa, sathula sathi: Mayenziwe intando yeNkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Engenakuvunyiswa, sathula sathi: “Mayenziwe intando yeNkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Sesehlulekile ukumvimba, sathula sathi: “Mayenziwe intando yeNkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kwathi engavumi ukuvunyiswa, sathula sathi: Mayenziwe intando yeNkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 21:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu, uMninimandla onke, makaniphe umusa phambi kwalowo muntu, ukuze animukise umfowenu omunye noBenjamini. Uma ngiphucwa izingane zami, ngigetshengwa.


Wayesethi uHezekiya ku-Isaya: “Lihle izwi likaJehova olikhulumile. Wathi: “Akukuhle yini uma kukhona ukuthula neqiniso ezinsukwini zami na?”


Waqhubeka ingcosana, wawa ngobuso bakhe, wakhuleka wathi: “Baba, uma kungenzeka, makudlule kimi lesisitsha; nokho kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba uthanda wena.


Wabuye wahamba ngokwesibili, wakhuleka, wathi: “Baba, uma lesi sitsha singedlule kimi ngingasiphuzi, mayenziwe intando yakho.


Umbuso wakho mawufike. Mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini.


Wathi kubo: “Nxa nikhuleka, anothi: ‘Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho. Umbuso wakho mawuze. Mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini.


Ethi: “Baba, uma uthanda, susa lesisitsha kimi;


Lapho ebona ukuthi uzimisele ukuhamba naye, wayeka ukukhuluma naye.


USamuweli wamtshela konke, akamfihlelanga lutho. Wathi: “NguJehova; makenze lokho akubona kufanele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ