Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 15:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Base bebuthana abaphostoli namalunga ukuba bayihlole leyo ndaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Base bebuthana abaphostoli namalunga, ukuze bayihlole leyo ndaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Abaphostoli namalunga babuthana ukuze baluhlole lolu daba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Base bebuthana abaphostoli namalunga ukuba bayihlole leyo ndaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 15:6
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaphandle kokululekwa imigomo iyajabha, kepha iqiniswa ngobuningi babeluleki.


Ngokuba lapho kubuthene ababili noma abathathu egameni lami, ngikhona lapho phakathi kwabo.


Bakwenza-ke lokho, bakuthumela emalungeni ngesandla sikaBarnaba noSawulu.


Kwathi ukuphikisana nokuphikisana kukaPawulu noBarnaba okungekuncane nabo, banquma ukuba uPawulu noBarnaba, nabanye kubo, bakhuphukele kubaphostoli namalunga eJerusalema ngalowo mbuzo.


Kwaba kuhle-ke kubaphostoli namalunga kanye nebandla lonke ukuthumela amadoda athile phakathi kwabo e-Antiyokiya kanye noPawulu noBarnaba; okungukuthi uJuda othiwa uBarsaba, noSila, izinduna phakathi kwabazalwane;


Kwaba kuhle kithi sibuthene nganhliziyonye, ukuthuma kini amadoda akhethiweyo kanye labathandekayo bethu uBarnabasi loPawuli;


Sebefikile eJerusalema, bamukelwa libandla labaphostoli labadala, balandisa ngakho konke uNkulunkulu ayekwenzile labo.


Kwathi bedabula imizi, babanika izimiso ezamiswa ngabaphostoli namalunga aseJerusalema ukuba bazigcine.


Ngangomuso uPawulu wangena nathi kuJakobe; labadala bonke babekhona.


Abayishumi nambili base bebizela kubo uquqaba lwabafundi, bathi: “Akukuhle ukuba thina sishiye izwi likaNkulunkulu, sikhonze ematafuleni.


Khumbulani abaniholayo, abakhulume izwi likaNkulunkulu kini, niqonda ukuphela kokuhamba kwabo, nilingise ukukholwa kwabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ