IzEnzo 14:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Khona umpristi kaJupitheri owayephambi komuzi wakubo waletha izinkabi nemigexo yezimbali emasangweni, wafuna ukwenza imihlatshelo kanye nezixuku. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Kepha umpristi kaJupitheri othempeli lakhe liphambi komuzi waletha izinkunzi nemigexo yezimbali ngasemasangweni, wafuna ukubahlabela ekanye nezixuku. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202013 Kwasuka umphristi kaZeyusi, othempeli lakhe lalingaphandle komuzi, waletha izinkunzi nemigexo yezimbali ngasesangweni lomuzi, ekanye nezixuku, efuna ukubahlabela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible13 Khona umpristi kaJupitheri owayephambi komuzi wakubo waletha izinkabi nemigexo yezimbali emasangweni, wafuna ukwenza imihlatshelo kanye nezixuku. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |