Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 12:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Bathi kuye: “Uyahlanya. Kodwa wayelokhu egcizelela ukuthi kunjalo. Base bethi: “Yingelosi yakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kodwa bathi kuyo: “Uyahlanya.” Yona yaqinisa yathi: “Hhayi, kunjalo.” Bona bathi: “Yingelosi yakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Kepha bathi kuyo: “Uyahlanya.” Kepha yagcizelela ithi: “Ngempela kunjalo.” Bona bathi: “Yingelosi yakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Bathi kuye: “Uyahlanya. Kodwa wayelokhu egcizelela ukuthi kunjalo. Base bethi: “Yingelosi yakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 12:15
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ingelosi eyangikhulula ebubini bonke ibusisa abafana; igama lami malibizwe phezu kwabo negama lawobaba o-Abrahama no-Isaka; futhi mabakhule babe yisixuku phakathi komhlaba.


Uma ngimbiza, wangiphendula; nokho ngangingakholwa ukuthi ulalele izwi lami.


Xwayani ukuba ningadeleli noyedwa walaba abancinyane; ngokuba ngithi kini: Izingelosi zabo ezulwini zibona njalo ubuso bukaBaba osezulwini.


Kodwa bona sebezwile ukuthi uyaphila lokuthi ubonwe nguye, kabakholwanga.


Emva kwalokho wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni, wabasola ngokungakholwa kwabo nobulukhuni benhliziyo, ngokuba bengakholwanga yilabo ababembonile esevusiwe.


Kwathi emva kwehora elilodwa omunye waqinisa, wathi: “Nempela nalo ube naye, ngokuba ungowaseGalile.


Namazwi abo aba njengeze nje kubo, kabaze bakholwa yibo.


Kodwa uPetru waqhubeka engqongqoza; sebevule umnyango bambona, bamangala.


Esazikhulumela lokho, uFestu wathi ngezwi elikhulu: “Uyahlanya, Pawulu; ukufunda okuningi kuyakuhlanyisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ