Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 11:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Mina ngangisemzini waseJopha ngikhuleka, ngase ngibona ethongweni umbono, kwehla isitsha esithile, sinjengendwangu enkulu, sehliswa ngamachopho omane sivela ezulwini; lafika nakimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Mina bengisemzini waseJopha ngikhuleka; ngehlelwa yisiyezi, ngabona umbono, kwehla isitsha esithile sinjengendwangu enkulu, yehliswa ezulwini ngamachopho amane, yaze yafika kimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 “Bengisemzini eJopha, ngikhuleka; ngafikelwa yisiyezi, ngabona umbono, kwehla isitsha esithile sinjengendwangu enkulu, sehliswa ezulwini ngamachopho amane, saze safika kimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Mina ngangisemzini waseJopha ngikhuleka, ngase ngibona ethongweni umbono, kwehla isitsha esithile, sinjengendwangu enkulu, sehliswa ngamachopho omane sivela ezulwini; lafika nakimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 11:5
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngathi ngibona, khangela-ke, isandla sathunyelwa kimi; bheka, kwakukhona umqulu kuwo;


Wathi: “Amose, ubonani na?” Futhi ngathi: Ubhasikidi izithelo zasehlobo. Wayesethi uJehova kimi: “Ukuphela sekufike kubantu bami u-Israyeli; Ngeke ngiphinde ngibadlule.


Kwathi lapho ngibuyela eJerusalema, ngikhuleka ethempelini, ngaba nesiyezi;


EDamaseku kwakukhona umfundi othile ogama lakhe lingu-Ananiya; iNkosi yathi kuye embonweni: “Ananiya!” Wathi: Bheka, ngilapha, Nkosi.


EJopha kwakukhona umfundikazi othile ogama lakhe linguThabitha, okungukuthi uDorka ngokuhunyushwa;


Ngokuba iLida laliseduze neJopha, nabafundi bezwile ukuthi uPetru ukhona, bathuma kuye amadoda amabili, bemcela ukuba angalibali ukuza kubo.


Kwase kwaziwa kuyo yonke iJopha; abaningi bakholwa yiNkosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ