Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 11:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Bheka, kwahle kwafika amadoda amathathu endlini engangikuyo, ethunywe kimi evela eKesariya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “Bhekani, ngaso leso sikhathi kwase kumi amadoda amathathu phambi kwendlu esasikuyo; ayethunyelwe kimi, evela eKesariya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 “Ngaso leso sikhathi kwema amadoda amathathu phambi kwendlu esasikuyo, ethunywe kimi, evela eKhesariya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Bheka, kwahle kwafika amadoda amathathu endlini engangikuyo, ethunywe kimi evela eKesariya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 11:11
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Intukuthelo kaJehova yamvuthela uMose, wathi: “Akasiye umfowenu u-Aroni umLevi na? Ngiyazi ukuthi uyakwazi ukukhuluma kahle. Futhi bheka, uyeza ukukuhlangabeza, futhi lapho ekubona, uyojabula enhliziyweni yakhe.


UJehova wathi ku-Aroni: “Hamba uyohlangabeza uMose ehlane. Wasuka wamhlangabeza entabeni kaNkulunkulu, wamanga.


Kwathi uJesu esefikile emikhawulweni yeKesariya yeFiliphi, wabuza abafundi bakhe, wathi: Abantu bathi mina iNdodana yomuntu ngingubani?


Lokho kwenzeka kathathu, konke kwabuye kwenyuselwa ezulwini.


Kepha uFiliphu wafunyanwa e-Azotu, wahamba eshumayela emizini yonke, waze wafika eKesariya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ