Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 10:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kwathi uPetru esangabaza phakathi kwakhe ukuthi uyini lowo mbono awubonileyo, bheka, amadoda abethunyiwe evela kuKorneliyu ayebuzile indlu kaSimoni, emi ngasesangweni;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UPetru esasambathekile ngokuthi ngakube uyini lowo mbono awubonileyo, bheka, amadoda ayethunyiwe nguKorneliyu, esebuzile indlu kaSimoni, ema ngasesangweni,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Esamangele uPhethro ukuthi lo mbono awubonile ngabe uchaza ukuthini, amadoda ayethunywe nguKhorneliyu, ayesemi ngasesangweni, emva kokuba esebuzile ukuthi ngabe yiyo yini indlu kaSimoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kwathi uPetru esangabaza phakathi kwakhe ukuthi uyini lowo mbono awubonileyo, bheka, amadoda abethunyiwe evela kuKorneliyu ayebuzile indlu kaSimoni, emi ngasesangweni;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 10:17
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Esezigezile izinyawo zabo, wathatha izembatho zakhe, wabuye wahlala phansi, wathi kubo: Niyakwazi yini engikwenzile kini?


Wabona embonweni ngokusobala, kungathi ngehora lesishiyagalolunye lemini ingelosi kaNkulunkulu iza kuye, ithi kuye: “Korneliyu!”


Bamangala bonke, bangabaza, bathi omunye komunye: “Kuyini lokhu na?


Kwathi mina ngingabaza ngalemibuzo, ngambuza ukuthi angathanda yini ukuya eJerusalema, ahlulelwe khona ngalezizinto.


Kwathi umpristi omkhulu, nenduna yethempeli, nabapristi abakhulu bezwile lokho, bamangala ngabo ukuthi lokhu kuzokwenzakalani.


EDamaseku kwakukhona umfundi othile ogama lakhe lingu-Ananiya; iNkosi yathi kuye embonweni: “Ananiya!” Wathi: Bheka, ngilapha, Nkosi.


Kwathi wahlala izinsuku eziningi eJopha noSimoni othile, umshuki.


behlolisisa ukuthi yisiphi, loba esinjani isikhathi uMoya kaKristu owayekubo, efakaza ngaphambili ngenhlupheko zikaKristu, lenkazimulo eyayiza kulandela.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ