Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiLilo 4:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Abasizingelayo banejubane kunezinkozi zezulu; basixosha ezintabeni, basilindela ehlane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Abasixoshayo babenejubane kunezinkozi zezulu; basizingela ezintabeni, basiqamekela ehlane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Abasixoshayo babenejubane ukwedlula izinkozi zezulu; besixosha naphezu kwezintaba, besilalele unyendle ehlane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiLilo 4:19
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Bheka, ngiyakuthuma abadobi abaningi,” usho uJehova, “bababambise; ngemva kwalokho ngiyoletha abazingeli abaningi, futhi bayobazingela kuzo zonke izintaba nakuwo wonke amagquma nasemigodini yamadwala.


Bheka, uyenyuka njengamafu, nezinqola zakhe zinjengesivunguvungu; amahhashi akhe anejubane kunezinkozi. Maye kithi! ngoba sonakele.


Ephezulu wathumela umlilo emathanjeni ami, wawaqeda; Wenekela izinyawo zami inetha, wangibuyisela; Wangenza isichitho futhi ngikhathele usuku lonke.


Faka icilongo emlonyeni wakho. Uyofika njengokhozi ngokumelene nendlu kaJehova, ngoba bephule isivumelwano sami futhi beqa umthetho wami.


U-Israyeli walahla okuhle; isitha siyakumxosha.


Futhi mayelana nalabo kini abasele bephila, ngizothumela ukudangala ezinhliziyweni zabo emazweni ezitha zabo; umsindo weqabunga elikhencezayo uyobasukela; bayakubaleka njengababaleki phambi kwenkemba; bayakuwa uma kungekho obaxoshayo.


Ngakho ukubaleka kwejubane kuyakubhubha, nonamandla akayikuqinisa amandla akhe, neqhawe aliyikuzisindisa.


Amahhashi aso anejubane kunezingwe, anolaka kunezimpisi zasebusuku; bayondiza njengokhozi oludla ngokuphangisa.


UJehova uyakulethela isizwe esivela kude, emikhawulweni yomhlaba, esindiza ngejubane njengokhozi; isizwe ongayikuzwisisa ulimi lwaso;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ