Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiLilo 3:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Akuphumi okubi nokuhle emlonyeni woPhezukonke na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Akuphumi okuhle nokubi emlonyeni woPhezukonke na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 Ngabe okuhle nokubi akwenzeki yini ngokuyala koPhezukonke na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiLilo 3:38
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yasisithi: Ngilani lani, madodana kaZeruya? makaqalekise, ngokuba uJehova wathi kuye: “Thuka uDavide; Ubani-ke ozothi: Kungani wenze lokhu?


Kepha wathi kuye: “Ukhuluma njengokukhuluma kwabesifazane abayiziwula.” Ini? siyakwamukela okuhle esandleni sikaNkulunkulu, singamukeli okubi na? Kukho konke lokhu uJobe akonanga ngomlomo wakhe.


Kodwa uNkulunkulu unguMahluleli: uyamehlisa omunye aphakamise omunye.


Abaningi bafuna umusa wombusi; kepha ukwahlulela kwawo wonke umuntu kuvela kuJehova.


Thokozani ngosuku lwenhlanhla, kepha qaphelani ngosuku lokuhlupheka; uNkulunkulu wamisa omunye komunye, ukuze umuntu angafumani lutho emva kwakhe.


Mina ngakha ukukhanya, ngidala ubumnyama; Ngenza ukuthula, ngidala ububi; Mina Jehova ngenza zonke lezi zinto.


Ngoba itsho njalo iNkosi: Njengoba ngehlisele phezu kwalababantu bonke lobububi obukhulu, ngokunjalo ngizakwehlisela phezu kwabo konke okuhle engikukhulume kibo.


Kungashaywa icilongo emzini futhi abantu bangesabi? kuyakuba khona okubi emzini uJehova engakwenzanga na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ