Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsAmbulo 8:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kwafa ingxenye yesithathu yezidalwa ezisolwandle ezinemiphefumulo; nengxenye yesithathu yemikhumbi yachithwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 kwafa okwesithathu kokudaliweyo okwakuselwandle okuphilayo, nokwesithathu kwemikhumbi kwabhujiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 kwafa okwesithathu kokudaliweyo okuphilayo okwakusolwandle, nokwesithathu kwemikhumbi kwabhujiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kwafa ingxenye yesithathu yezidalwa ezisolwandle ezinemiphefumulo; nengxenye yesithathu yemikhumbi yachithwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsAmbulo 8:9
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyaphula imikhumbi yaseTharishishi ngomoya wasempumalanga.


Izinhlanzi zasemfuleni zafa; umfula wanuka, abaseGibithe babengenakuphuza amanzi omfula; kwaba khona igazi ezweni lonke laseGibithe.


naphezu kwayo yonke imikhumbi yaseTharishishi naphezu kwazo zonke izithombe ezithandekayo.


Isiprofetho ngeTire. Hewulani, nina mikhumbi yaseTharishishi! ngoba ichithiwe, akusekho ndlu, akusekho kungena; kusukela ezweni laseKitimi kwembulwa kubo.


“Kuyakuthi ezweni lonke,” usho uJehova, “izabelo ezimbili kulo zinqunywe, zife; kodwa owesithathu kumele ahlale kuwo.


Ngizadabula inxenye yesithathu emlilweni, zincibilike njengokucwengisiswa kwesiliva, ngizihlole njengokuvivinywa kwegolide; bayakubiza igama lami, ngibazwe; ngiyakuthi: Laba bayizingelosi. Abantu bami: futhi bayakuthi: UJehova unguNkulunkulu wami.


Umsila wawo wadonsa okwesithathu kwezinkanyezi zezulu, waziphonsa emhlabeni;


Eyesibili yathululela isitsha sayo olwandle; kwaba njengegazi lomuntu ofileyo, futhi yonke imiphefumulo ephilayo yafa elwandle.


Ingelosi yesithathu yayisibetha, kwawa ezulwini inkanyezi enkulu, ivutha njengesibani, yawela phezu kwengxenye yesithathu yemifula naphezu kwemithombo yamanzi.


Ingelosi yesine yayisibetha, kwase kushaywa ingxenye yesithathu yelanga, nengxenye yesithathu yenyanga, nengxenye yesithathu yezinkanyezi; njengokuba ingxenye yesithathu yazo yaba mnyama, nengxenye yesithathu yemini ayikhanyi, nobusuku ngokunjalo.


Ingelosi yokuqala yayisibetha, kwavela isichotho nomlilo kuxutshaniswe negazi, kwaphonswa emhlabeni;


Zase zithukululwa izingelosi ezine, ebezilungiselwe ihora, nosuku, nenyanga, nomnyaka, ukuba zibulale ingxenye yesithathu yabantu.


Ngalokho kwabulawa ingxenye yesithathu yabantu ngomlilo, nangomusi, nesibabule, okwaphuma emilonyeni yawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ