Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsAmbulo 18:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bamemeza bebona umusi wokushiswa kwalo, bethi: “Ngumuphi umuzi ofana nalo muzi omkhulu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 badazuluka bebona umusi wokusha kwalo, bethi: ‘Ngumuphi umuzi ofana nalowo muzi omkhulu na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 bekhala lapho bebona intuthu yokusha kwalo, bethi: ‘Yimuphi umuzi ofana nalowo muzi omkhulu na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Bamemeza bebona umusi wokushiswa kwalo, bethi: “Ngumuphi umuzi ofana nalo muzi omkhulu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsAmbulo 18:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

IBhabhele liyakuba yizinqwaba, indawo yokuhlala izimpungushe, nesimangaliso, nokunyenyeza, kungahlali ohlala khona.


Bakhuleka kudrako owanika isilo amandla, bakhuleka kuso isilo, bathi: “Ngubani ofana nesilo na? ngubani ongalwa naye na?


Umusi wokuhlushwa kwabo ukhuphuka kuze kube phakade naphakade; abanakuphumula imini nobusuku abakhuleka kuso isilo nomfanekiso waso, nalowo owamukela uphawu lwegama laso.


Umuzi omkhulu wahlukaniswa waba izingxenye ezintathu, nemizi yezizwe yawa, neBabiloni elikhulu lakhunjulwa phambi kukaNkulunkulu, ukuba alinike indebe yewayini lolaka lolaka lwakhe.


bethi: “Maye, maye, umuzi omkhulu owawumbethe ilineni elicolekileyo, nokububende, nokubomvu, uhlotshiswe ngegolide, namatshe anenani, namaparele!


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ