Hoseya 9:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Ungathokozi, Israyeli, ngokuthokoza njengezizwe; ngokuba ufebile kuNkulunkulu wakho, wathanda umvuzo ezibuyani zamabele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Ungajabuli, Israyeli, kube ngukuthokoza njengokwabezizwe, ngokuba umukile kuNkulunkulu wakho ngokufeba, wathanda inkokhelo kuzo zonke izibuya zamabele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 Israyeli, ungajabuli, ngokuthokoza okufana nokwabezizwe, ngokuba uzifebele wena, wahlubuka kuNkulunkulu wakho, wathanda inkokhelo yesifebe kuzo zonke izibuya zokusanhlamvu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kodwa konke okuphuma emlonyeni wethu siyakukwenza nokushunqisela inkosikazi yezulu umusi, siyithululele iminikelo yokuphuzwa, njengalokho senzile, thina nawobaba, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini. KwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema; ngokuba sasinokuningi ukudla ngaleso sikhathi, sasiphilile, asibonanga bubi.