Hoseya 13:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Kepha mina nginguJehova uNkulunkulu wakho kwasezweni laseGibithe, awazi nkulunkulu ngaphandle kwami, ngokuba akakho umsindisi ngaphandle kwami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 “Nokho nginguJehova uNkulunkulu wakho kwasezweni laseGibithe; ngaphandle kwami awazi Nkulunkulu, nomsindisi akakho ngaphandle kwami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20204 Kepha Mina nginguSimakade uNkulunkulu wakho selokhu kwaba seGibhithe; awuyukumazi omunye uNkulunkulu ngaphandle kwami, akekho futhi omunye uMsindisi ngaphandle kwami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |