Esteri 9:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Ngakho abaJuda bachitha zonke izitha zabo ngokuceka kwenkemba, nangokubulala, nangokubhubhisa, benza njengokuthanda kwabo kwababazondayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 AbaJuda baceka zonke izitha zabo ngokuceka kwenkemba, nangokubulala, nangokuchitha, benza kwababazondayo njengokuthanda kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 AbaJuda benza ababefisa ukukwenza ezitheni zabo. Bazihlasela ngenkemba, babulala noma ngubani ababefuna ukumbulala, bonke ababeyizitha zabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |