Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Esteri 9:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kungakho namuhla baqamba igama elithi iPhurimi ngegama lePhure. Ngakho, ngenxa yawo wonke amazwi ale ncwadi, nalokho abakubonayo, abafika kubo ngale ndaba,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ngalokho babiza lezo zinsuku ngokuthi iPhurimi ngegama lePhure. Ngalokho ngenxa yawo onke amazwi aleyo ncwadi, nangenxa yalokho abebekubonile ngale ndaba, nalokho okubehleleyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Yingakho lezo zinsuku zabizwa ngokuthi “yiPhurimi” kususelwa egameni elithi: “iPhure.” Ngenxa yezincwadi zikaMoridekhayi nangenxa yakho konke okwabehlela,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Esteri 9:26
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngenyanga yokuqala eyinyanga kaNisani, ngomnyaka weshumi nambili wenkosi u-Ahashiveroshi, benza iPhure eliyinkatho phambi kukaHamani usuku nosuku nenyanga nenyanga, kwaze kwaba yinyanga yeshumi nambili, okungukuthi; inyanga ka-Adari.


UMoridekayi waloba lezi zinto, wathumela izincwadi kuwo wonke amaJuda ayesezifundazweni zonke zenkosi u-Ahashiveroshi, aseduze nakude;


Isiyalezo sika-Esteri saziqinisa lezi zindaba zePhurimi; futhi kulotshiwe encwadini.


Kuyakuthi ngalolo suku ngimnike uGogi indawo yethuna kwa-Israyeli, isigodi sabagwadule ngasempumalanga kolwandle; futhi izomisa amakhala abagibeli; yembela uGogi nesixuku sakhe sonke, basibize ngokuthi isigodi sikaHamongogi.


Kube yisikhumbuzo kubantwana bakwa-Israyeli, ukuba kungasondeli owezizwe ongesiye owenzalo ka-Aroni ukunikela impepho phambi kukaJehova; ukuze angabi njengoKora nanjengesixuku sakhe, njengalokho uJehova eshilo kuye ngesandla sikaMose.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ