Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Esteri 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inkosi u-Ahashiveroshi yasiphendula yathi ku-Esteri indlovukazi: “Ngubani lowo, futhi uphi lowo ozidlayo enhliziyweni yakhe ukwenza lokhu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Yayisisho inkosi u-Ahashiveroshi, ithi ku-Esteri inkosikazi: “Ngubani lo, uphi yena onesibindi sokwenza lokho na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Inkosi u-Ahasheveroshi yabuza indlovukazi u-Esteri, yathi: “Ngubani lowo? Uphi lowo muntu onesibindi sokwenza into enjengalena na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Esteri 7:5
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaka wayesethuthumela kakhulu, wathi: “Ngubani na?” uphi owabamba inyamazane, wayiletha kimi, ngadla kukho konke ungakafiki, ngambusisa na? yebo, futhi uyobusiswa.


Ngokuba sithengisiwe, mina nabantu bami, ukuba sibhujiswe, sibulawe, sibhubhe. Kodwa uma sithengiswa sibe yizigqila nezigqilakazi, ngangithula ulimi lwami, nakuba isitha sasingenakubuyisela umonakalo wenkosi.


U-Esteri wathi: “Isitha nesitha nguHamani lo omubi.” Khona-ke uHamani wesaba inkosi nendlovukazi.


Umhlaba unikelwe esandleni sababi; Uyasibekela ubuso babahluleli bakhe; uma kungenjalo, uphi futhi ubani?


Kodwa uPetro wathi: Ananiya, kungani uSathane egcwalise inhliziyo yakho ukuze uqambe amanga kuMoya oNgcwele, njalo ugodle inxenye yentengo yensimu?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ