Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




EkaJakobe 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Nimlahlile nambulala olungileyo; futhi akamelani nani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Nilahlile, nabulala olungileyo; akamelani nani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Nilahle ngecala, nambulala olungileyo ongakwazi ukumelana nani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Nimlahlile nambulala olungileyo; futhi akamelani nani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




EkaJakobe 5:6
24 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

olungisisa omubi ukuze azuze, asuse ukulunga kolungileyo kuye!


Wacindezelwa, waba lusizi, kepha akawuvulanga umlomo wakhe; njengewundlu uyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu isimungulu phambi kwabagundi bayo, kanjalo akawuvuli umlomo wakhe.


Kodwa abalimi sebeyibonile indodana bakhulumisana besithi: Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.


Kepha abapristi abakhulu namalunga bancenga izixuku ukuba zicele uBaraba, zimbulale uJesu.


Kepha mina ngithi kini: Ningamelani nokubi;


Wathi: “UNkulunkulu wawobaba ukukhethile ukuba wazi intando yakhe, umbone oLungileyo, uzwe izwi lomlomo wakhe.


Ngumuphi kubaprofethi oyihlo abangamzingelanga na? bababulala labo ababika ngaphambili ngokufika koLungileyo; eseningabakhapheli nababulali bakhe manje;


Indawo yombhalo eyayiwufunda yayisithi: Wayiswa ekuhlatshweni njengemvu; nanjengewundlu elithule phambi komgundi walo, akawuvulanga umlomo wakhe;


Kepha olungileyo uyakuphila ngokukholwa; kepha uma ehlehla nyovane, umphefumulo wami awuyikuthokoza ngaye.


Kepha nina nibadelile abampofu. Izicebi azinicindezeli yini, zinidonsele phambi kwezihlalo zokwahlulela na?


Uma olungileyo esindiswa kalukhuni, ongamesabi uNkulunkulu nesoni uyakuvelaphi na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ