Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




EkaJakobe 2:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kepha uma nikhetha abantu, nenza isono, nilahlwa ngumthetho njengabaweqayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 kodwa uma nikhetha abantu, nenza isono, nilahlwa ngumthetho njengabaweqayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Kepha uma nikhetha abantu, nenza isono, umthetho univeza obala njengezephulamthetho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kepha uma nikhetha abantu, nenza isono, nilahlwa ngumthetho njengabaweqayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




EkaJakobe 2:9
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ningenzi okubi enkantolo; ungahloniphi ubuso bompofu, ungahloniphi umuntu onamandla; kodwa kufanele wahlulele umakhelwane wakho ngobulungisa.


Njalo nxa esefikile yena, uzalaya ilizwe ngesono, langokulunga, langokwahlulela;


Ngubani kini ongangisola ngesono na? Uma ngikhuluma iqiniso, aningikholwa ngani na?


Labo abakuzwayo belahlwa ngunembeza wabo, baphuma ngamunye ngamunye, beqalela kwabadala kwaze kwaba kwabokugcina; uJesu wasala yedwa, nowesifazane emi phakathi.


UPetro wasevula umlomo wakhe, wathi: Ngeqiniso ngiyabona ukuthi uNkulunkulu kabheki ubuso.


Ngakho-ke ngemisebenzi yomthetho akukho nyama eyakulungisiswa phambi kwakhe, ngokuba ngomthetho kukhona ukwazi isono.


Kepha uma bonke beprofetha, kungene ongakholwayo noma ongafundile, uyovunywa yibo bonke, ahlulelwe yibo bonke;


Ngokuba ngomthetho mina ngafa kuwo umthetho, ukuze ngiphile kuNkulunkulu.


Ningakhethi abantu ekwahluleleni; kepha niyakuzwa omncane nomkhulu; akufanele wesabe ubuso bomuntu; ngoba ukwahlulela kungokukaNkulunkulu; necala elinisindayo nililethe kimi, ngilizwe.


Yilowo nalowo owenza isono weqa nomthetho, ngokuba isono singukweqa umthetho.


Ukuba ahlulele bonke, asole bonke abangamesabi uNkulunkulu phakathi kwabo ngazo zonke izenzo zabo zokungamesabi uNkulunkulu abazenzile, nangawo wonke amazwi abo alukhuni izoni ezingamesabi uNkulunkulu eziwakhulume ngaye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ