Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 96:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Malijabule izulu, umhlaba uthokoze; makuhlokome ulwandle nokugcwala kwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Malijabule izulu, umhlaba uthokoze; maluhlokome ulwandle nokugcwala kwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Malijabule izulu, umhlaba uthokoze, maluhlokome ulwandle, nakho konke okukulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 96:11
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Maluhlokome ulwandle nokugcwala kwalo; amasimu mawajabule nakho konke okukuwo.


Izulu nomhlaba makumdumise, izilwandle nakho konke okunyakazayo kukho.


UJehova uyinkosi; umhlaba mawuthokoze; uquqaba lweziqhingi malujabule ngalo.


Hlabelelani nina mazulu! ngokuba uJehova ukwenzile; thokozani nina zingxenye eziphansi zomhlaba. Jabulani nina zintaba, hlathi, nemithi yonke ekulo, ngokuba uJehova umhlengile uJakobe, wamkhazimulisa kwa-Israyeli.


Hlabelelani nina mazulu! futhi jabula, O mhlaba! niqhume ngokujabula, zintaba; ngokuba uJehova wabaduduza abantu bakhe, waba nomusa kwabampofu bakhe.


Kanjalo, ngithi kini: Kukhona ukuthokoza phambi kwezingelosi zikaNkulunkulu ngesoni sisinye esiphendukayo.


Ngakho thokozani lina mazulu, lani elihlala kuwo. Maye kwabakhileyo emhlabeni nolwandle! ngokuba uSathane wehlele kini enolaka olukhulu, azi ukuthi unesikhathi esifushane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ