Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 90:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uyabasusa njengesikhukhula; banjengobuthongo; ekuseni banjengotshani obumilayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uyabamukisa njengesikhukhula, banjengobuthongo; ekuseni banjengotshani obuhlumayo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Ubakhukhula njengesikhukhula; banjengobuthongo, nanjengotshani obuhluma ekuseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 90:5
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakundiza amuke njengephupho, angafunyanwa; yebo, uyoxoshwa njengobuso bobusuku.


owachithwa kudala, osisekelo sakhe sakhukhulwa nguzamcolo;


Bayachithwa kusukela ekuseni kuze kube kusihlwa;


Badlula njengemikhumbi enejubane, njengokhozi olugijimela impango yalo.


Njengephupho lapho umuntu evuka; ngakho-ke, Nkosi, lapho uvuka, uzodelela umfanekiso wabo.


Ukuphila kwami kumuka, kwamuka kimi njengetende lomalusi; njengomluki nginqume ukuphila kwami; ngesifo sobuhlungu uyakunginquma; kusukela emini kuze kube sebusuku uyakungiqeda.


Ngacabanga kwaze kwasa ukuthi uyawaphula onke amathambo ami njengengonyama; kusukela emini kuze kube sebusuku uyakungiqeda.


Ilizwi lathi: Memeza. Wathi: “Ngizakuthini? Yonke inyama ingutshani, nakho konke okuhle kwayo kunjengembali yasendle;


Utshani buyabuna, imbali iyabuna, ngokuba uMoya kaJehova uvunguza phezu kwabo; impela abantu bawutshani.


Ngokuba yonke inyama injengotshani, nenkazimulo yonke yomuntu injengembali yotshani. Utshani buyabuna, nembali yabo iyavuthuluka;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ