Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 88:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ungilalise egodini eliphansi kakhulu, ebumnyameni, ekujuleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ungibekile emgodini ojulile kunayo yonke, ebumnyameni, otweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Ungibeke emgodini ojule kunayo yonke, ebumnyameni, otweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 88:6
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba isitha sizingele umphefumulo wami; Washaya ukuphila kwami phansi; Wangihlalisa ebumnyameni njengabafa kudala.


Wangikhuphula emgodini owesabekayo, odakeni lodaka, wabeka izinyawo zami edwaleni, waqinisa izindlela zami.


Umfula ungangigcwali, umfula ungangigwinyi, nomgodi ungangivaleli umlomo wawo phezu kwami.


Ngokuba umusa wakho mkhulu kimi, uwukhululile umphefumulo wami endaweni yabafileyo.


Indlela yababi injengobumnyama; abazi ukuthi bakhubeka ngani.


Wangihola wangingenisa ebumnyameni, kodwa hhayi ekukhanyeni.


Ngabiza igama lakho, Jehova, ngisemgodini ophansi.


Ngase ngithi: Ngilahliwe ebusweni bakho; nokho ngiyakubuye ngibheke ithempeli lakho elingcwele.


Mina ngizile njengokukhanya emhlabeni, ukuze yilowo nalowo okholwa yimi angahlali ebumnyameni.


Ngokuba umlilo uphekiwe entukuthelweni yami, ushise uze ufike endaweni yabafileyo, uqede umhlaba nezithelo zawo, uthungele izisekelo zezintaba.


amagagasi olwandle abilayo, ekhihliza amahlazo awo; izinkanyezi ezidukayo, ezigcinelwe ubumnyama bobumnyama kuze kube phakade.


Nezingelosi ezingagcinanga isikhundla sazo sokuqala, kepha zashiya ikhaya lazo, uzigcinile ngamaketanga aphakade phansi kobumnyama kuze kube ngukwahlulelwa kosuku olukhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ