Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 84:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Jehova Nkulunkulu Sebawoti, yizwa umkhuleko wami; lalela, Nkulunkulu kaJakobe! Sela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Jehova Nkulunkulu Sebawoti, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe, Nkulunkulu kaJakobe. Sela*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Simakade Nkulunkulu Wamabandla, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe, Nkulunkulu kaJakobe. Sela

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 84:8
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi olungileyo uyogcina indlela yakhe, futhi onezandla ezihlanzekile uyoba namandla futhi aqine.


Wena-ke, Jehova Nkulunkulu Sebawoti, Nkulunkulu ka-Israyeli, vuka uhambele zonke izizwe; ungabonisi umusa kunoma yiziphi izeqamthetho. Sela.


Kepha abamethembayo uJehova bathola amandla amasha; bayakukhuphuka ngamaphiko njengezinkozi; bayogijima bangakhathali; futhi bayohamba bangadangali.


Kathathu ngomnyaka bonke abesilisa bakho bayakubonakala phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho endaweni ayakuyikhetha; ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, nangomkhosi wamasonto, nangomkhosi wamadokodo; bangabonakali phambi kukaJehova bengenalutho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ