Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 78:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abantwana bakwa-Efrayimi, ababehlomile bephethe idandili, babuyela emuva ngosuku lwempi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abantu bakwa-Efrayimi, sebehlomile bephethe iminsalo, babuyela emuva ngosuku lokulwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Abantu bakwa-Efrayimi, sebehlomile bephethe iminsalo, babuyela emuva ngosuku lwempi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 78:9
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Babehlome ngeminsalo, besebenzisa isandla sokunene nesokhohlo ukujikijela amatshe nemicibisholo ngomnsalo, bephuma kubafowabo bakaSawule bakwaBenjamini.


Kodwa baphenduka benza ubumenemene njengoyise; baphambukile njengomnsalo okhohlisayo.


Wathi kuye: “Nkosi, sengilungele ukuya nawe nasetilongweni nasekufeni.


Amadoda akwa-Israyeli ahlehla ekulweni, uBenjamini waqala ukubulala, kungathi amadoda angamashumi amathathu amadoda akwa-Israyeli; ngokuba bathi: Ngempela, bahlulwa phambi kwethu njengasempini yokuqala.


Wayesethi uGahali indodana ka-Ebedi: “Ngubani u-Abimeleki, ungubani uShekemi ukuba simkhonze na?” akayona indodana kaJerubali na? noZebhule induna yakhe? khonzani amadoda kaHamori uyise kaShekemi, ngokuba thina siyakumkhonza ngani na?


AmaFilisti alwa no-Israyeli; abantu bakwa-Israyeli babaleka phambi kwamaFilisti, bawa begwaziwe entabeni yaseGilibowa.


Alwa ke amaFilisti, wahlulwa u-Israyeli, babaleka, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe; futhi kwaba khona ukubulala okukhulu kakhulu; ngoba kwa-Israyeli kwawa amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amathathu ayimigundatshani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ