Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 77:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Amayezi athulula amanzi, umoya wakhipha umsindo; nemicibisholo yakho yaphumela phesheya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Amafu athela amanzi, izulu laduma, imicibisholo yakho yaphuma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Laduma izulu, amafu adedela imvula, imicibisholo yakho yathi chithi saka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 77:17
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathuma imicibisholo, wabahlakaza; umbani, wabadunga.


Ulwandle lwakubona lwabaleka, iJordani labuyela emuva.


Phakamisa umbani ubahlakaze; dubula imicibisholo yakho, ubabhubhise.


Yebo, wathuma imicibisholo yakhe, wabahlakaza; wadubula umbani wabadungadulisa.


Lowo ogibele izulu lamazulu, owayekhona endulo; bheka, uyalithuma izwi lakhe, futhi liyizwi elinamandla.


Izintaba zakubona, zathuthumela; isikhukhula samanzi sadlula; uZamcolo waphakamisa izwi lakhe, waphakamisa izandla zakhe phezulu.


Ilanga nenyanga kwema endaweni yakho yokuhlala, ngokukhanya kwemicibisholo yakho yadlula ngokubenyezela komkhonto wakho.


Jehova, ekuphumeni kwakho eSeyiri, ekukhuphukeni kwakho ezweni lakwa-Edomi, umhlaba wazamazama, nezulu laconsa, namafu aconsa amanzi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ