AmaHubo 76:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Uyoqeda umoya wezikhulu; uyesabeka emakhosini omhlaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Uyanquma umoya wezikhulu, wesabeka kuwo amakhosi omhlaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202012 Unquma umoya wezikhulu, uyesabeka emakhosini omhlaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwathi lapho onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani asolwandle, ezwa ukuthi uJehova womisa amanzi aseJordani ngaphambili. Abantwana bakwa-Israyeli, saze sadabula, izinhliziyo zabo zaphela amandla, akwabe kusaba lukhuni kubo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.