Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 73:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Bathi: “UNkulunkulu ukwazi kanjani lokhu na?” Kukhona ukwazi koPhezukonke na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bathi: “UNkulunkulu wazi kanjani na? Imbala kukhona ukwazi koPhezukonke na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Bathi: “UNkulunkulu wazi kanjani? Imbala kukhona yini ukwazi koPhezukonke na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 73:11
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi enhliziyweni yakhe: “UNkulunkulu ukhohliwe; Uyafihla ubuso bakhe; akasoze ayibona.


Omubi akayikumfuna uNkulunkulu ngokuzikhukhumeza kobuso bakhe; uNkulunkulu akekho kuyo yonke imicabango yakhe.


UNkulunkulu ngeke yini alihlole? ngoba yena uyazazi izimfihlo zenhliziyo.


Umlomo wabo bawubeke ezulwini, nolimi lwabo luhamba emhlabeni.


Kodwa bathi: INkosi kayikukubona, loNkulunkulu kaJakobe kayikukubona.


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, ukubonile yini akwenzayo amalunga endlu yakwa-Israyeli ebumnyameni, kube yilelo nalelo emakamelweni akhe ezithombe na? ngoba bathi: UJehova akasiboni; uJehova uwushiyile umhlaba.


Futhi abacabangi enhliziyweni yabo ukuthi ngiyakhumbula bonke ububi babo; ziphambi kobuso bami.


“Ngaleso sikhathi ngiyakuphenya iJerusalema ngamakhandlela, ngihambele abantu abahlezi emibhedeni yabo, abathi enhliziyweni yabo: ‘UJehova akenzi okuhle nokubi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ