Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 69:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Indawo yabo yokuhlala mayibe yincithakalo; futhi kungahlali muntu ematendeni abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Umuzi wabo mawuchitheke; makungabikho ohlala ematendeni abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Umuzi wabo ubhubhe, kungabi bikho ohlala emathendeni abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 69:25
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi kule ndlu ephakeme, wonke umuntu odlula kuyo uyomangala futhi ashaye ikhwelo; bayakuthi: ‘UJehova wenzeleni lokhu kuleli zwe nakule ndlu na?


Manje sengizahlabelela othandiweyo wami ingoma yothandiweyo wami mayelana nesivini sakhe. Othandiweyo wami unesivini egqumeni elivundile.


Ngasengisithi: Nkosi, koze kube nini? Wathi: Imizi ize ibe incithakalo, ingabi nabahlali, nezindlu zingabi namuntu, nezwe libe yincithakalo nokuchitheka.


Bhekani, indlu yenu isisala nani; ngiqinisile ngithi kini: Aniyikungibona, kuze kufike isikhathi eniyakusho ngaso ukuthi: ‘Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi.’


Ngokuba kulotshiwe encwadini yamaHubo ukuthi: “Umuzi wakhe mawube yincithakalo, kungahlali muntu kuwo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ