Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 68:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wena, Nkulunkulu, wathumela imvula enkulu, owaqinisa ngayo ifa lakho lapho selikhathele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wanisa imvula enkulu, Nkulunkulu; ifa lakho selahlulekile, waliqinisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Wanisa imvula enkulu, Nkulunkulu; ifa lakho selehlulekile, waliqinisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 68:9
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi: “Phuma, ume entabeni phambi kukaJehova.” Bheka, uJehova wadlula, umoya omkhulu onamandla wadabula izintaba, waphahlaza amadwala phambi kukaJehova; kepha uJehova wayengekho kulowo moya, emva komoya ukuzamazama komhlaba; kepha uJehova wayengekho ekuzamazameni komhlaba.


Intaba yaseSinayi yathunqa umusi, ngokuba uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; umusi walo wenyuka njengomusi wesithando, nentaba yonke yazamazama kakhulu.


Ngiyakuzenza zona nezindawo ezizungeza intaba yami zibe yisibusiso; ngiyakuwisa imvula ngesikhathi sayo; kuyakuba khona izihlambi zesibusiso.


ngiyakuninika imvula yezwe lakini ngesikhathi sayo, imvula yokuqala nemvula yamuva, ukuze nibuthe amabele enu, nothuli lwenu, namafutha akho.


Jehova, ekuphumeni kwakho eSeyiri, ekukhuphukeni kwakho ezweni lakwa-Edomi, umhlaba wazamazama, nezulu laconsa, namafu aconsa amanzi.


Izintaba zancibilika phambi kukaJehova, yebo, neSinayi phambi kukaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ