Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 68:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Abahlabeleli bangaphambili, nabashaya izinsimbi ngemuva; phakathi kwabo kwakukhona amantombazane adlala izigubhu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ngaphambili kuhamba abahlabeleli, ngasemuva abashaya ugubhu, ngaphakathi izintombi ezishaya izingubhu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Phambili kuhamba abahlabeleli, emuva abashaya ugubhu, phakathi yizintombi ezishaya izigubhu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 68:25
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide naye wonke u-Israyeli badlala phambi kukaNkulunkulu ngamandla abo onke, nangokuhuba, nangezihabhu, namahabhu, nezigubhu, namasimbali, nangamacilongo.


Ngoba umusa wakho ungcono kunokuphila, izindebe zami zizakudumisa.


Wena unguNkulunkulu owenza izimangaliso; Umemezele amandla akho phakathi kwezizwe.


Abahlabeleli nababetha izinsimbi bayakuba lapho: yonke imithombo yami ikuwe.


UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma bamlandela bephethe izigubhu nokusina.


Khona intombi iyakujabula ekusineni, izinsizwa namaxhegu kanyekanye, ngokuba ngiyakuphendula ukulila kwabo kube-yinjabulo, ngibaduduze, bajabule ngokudabuka kwabo.


Ngiyakubuye ngikwakhe, wakhiwe wena ntombi yakwa-Israyeli; uzophinde uhlotshiswe ngamatende akho futhi uphume ngengoma yenjabulo.


UJefta wafika endlini yakhe eMispa; futhi wayezelwe yedwa; ngaye wayengenandodana nandodakazi.


Lapho befika, lapho uDavide ebuya ekubulaleni umFilisti, abesifazane baphuma emizini yonke yakwa-Israyeli, behlabelela futhi besina ukuhlangabeza inkosi uSawule ngezigubhu nokujabula nezinsimbi zokubethwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ