Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 68:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Makabongwe uJehova osithwalisa kanzima imihla ngemihla ngemisebenzi emihle, yebo, uNkulunkulu wensindiso yethu. Sela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Mayibongwe iNkosi. Iyasithwala imihla ngemihla; uNkulunkulu uyinsindiso yethu. Sela*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Mayibongwe iNkosi esithwalela imithwalo yethu imihla ngemihla, uNkulunkulu uyinsindiso yethu. Sela

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 68:19
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Iyigugu kangakanani kimi imicabango yakho, Nkulunkulu! inkulu kangakanani ingqikithi yakho!


Wena uyisiphephelo sami; Uzangivikela ekuhluphekeni; Uzongihaqa ngezihlabelelo zensindiso. Sela.


Phonsa umthwalo wakho phezu kukaJehova, uzakukuphasa; Akasoze avumela olungileyo antengantenge.


Ngezinto ezesabekayo ekulungeni uyakusiphendula, Nkulunkulu wensindiso yethu; eyithemba layo yonke imikhawulo yomhlaba neyabakude nolwandle;


Naseminyakeni yenu nginguye; ngisho nasezinweleni ezimpunga ngiyonithwala; Ngenzile, futhi ngiyakuthwala; nami ngiyakunithwala, nginisindise.


Zintsha njalo ekuseni: kukhulu ukuthembeka kwakho.


Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu osibusisile ngezibusiso zonke zomoya ezulwini kuKristu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ